Le noveli ikhuluma ngomfana oshonelwa abazali bakhe qede athathwe umalume wakhe ukuze amkhulise. Umalumekazi wamhlupha lo mfana waze wabona kungcono ukuba eqele esilungwini. Lapha -ke wathola umsebenzi, wafunda, washada wazakhela owakhe umuzi waba nedumela elikhulu. A story of an orphan who suffers at the hands of his relatives.